Competition

GET YOUR PEPMoney CARD TODAY

Closed on: 4 Oct 2019

Zibeke ethubeni lokuwina imali engafika ku R3000 njalo ngosuku

Ubhuti unekhadi, usisi unekhadi, wena usho ukuthini uma uthi awunalo?!  Zitholele elakho njengamanje ukuze ube yingxenye ye PEPmoney card mania, uzibeke ethubeni lokuwina imali engafika ku R3000 njalo ngosuku.  Vula i-PEPmoney card account manje kunoma isiphi isitolo sakwa PEP, shutha i-selfie uphethe ikhadi lakho elisha esandleni, uphoste ku social media. Ungakhohlwa ukuthega Ukhozi FM, lapho ungenela. Kungenzeka sikuthinte ngocingo ukuze sikuklomelise Okhozini FM.  Ungaphuthelwa, zitholele ikhadi le PEPmoney njenga manje.  Kunemigomo nemibandela.


 

Zivulele i-akhawunti yakwa PEP namuhla kunoma yisiphi isitolo sakwa PEP, PEPhome nakwa PEPcell uthokozele okuningi ozokuzuza ngekhadi lakho le PEPmoney.  Okokuqala nje, livumela ukuthi umholo wakho ungene ngqo kwi akhawunti yakho, ukwazi noku diphozitha imali nge cellphone yakho ngo R8.45 nje kuphela – ungabheka nokuthi usalelwe imalini kwi akhawunti yakho, ngokuthanda kwakho MAHHALA ocingweni lwakho.  Uthola ne Funeral Cover ka R5000 MAHHALA.  Okuhle kakhulu ukuthi ikhadi lakho lokuqala liMAHHALA, awukhokhi ngisho nezindleko zenyanga. Vakashela ku Pepstores.com ukuze uthole ulwazi oluthe xaxa.  Kunemigomo nemibandela.

All Competitions

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*