I-LottoStar ikwethulela umncintiswano weWoza Win, bukhoma emsakazweni Ukhozi FM kusukela ngomhlaka 28 ku-Ncwaba (August) kuya kumhlaka 1 ku-Mandulo (September).
Bhalisa manje ngokuphendula umbuzo olula we-LottoStar.
Uma Ukhozi FM lufona futhi waphendula, uzothola u-R2500 ngaso leso sikhathi.
Uma ubheje kusukela ngomhlaka 23 ku-Ncwaba (August), ungawina imali engango R250,000 izikhathi ezine ngosuku.
Manje, nansi inselela enkulu: Can you Beat the Bomb?