Qala uku ‘netwekha’ bese u ‘connecta’ njengeskhokho sebhizinisi ngama MTN Made For Skhokho prepaid bundles amasha, enzelwe oVukuzenzele, labo abathatha izinqumo, nama-kasi-preneurs.
Yenza ibhizinisi lakho elincane libe ngundab’izekwayo ngalomtitilizo wekhethelo we-data
engu-5GB namaminithi angu-50, ngo R49 kuphela okhokhwa kanye vo. Futhi akukho ma-contracts,
akukho nkinga.
Okudingekayo nje kuphela ukuze ubhalisele i-MTN Made For Skhokho yincwadi efakazela ukuthi unebhizinisi elisemthethweni – mhlawumbe kube yi-invoice evela kwi-supplier yakho noma eWholesaler.
Pho, uzothi usalindeni? Nansi indlela yokuthola lemititilizo eyisipesheli, ugweme izinto ezigakuphathisa ikhanda. Bhalisa manje ku mtnbusiness.co.za.