Competition

Ukhozi FM Back To School Tours 2024 - Second Stage

Closed on: 9 Feb 2024

Ukhozi FM Back to school 2024 niyilethelwa ngokubambisana nabakwa ViB mobile

Siyabonga kakhulu kubalaleli abangenele umncintiswano womsakazo Ukhozi FM kanye ne ViB Mobile, wokubungaza othisha abavelele, nabahamba phambili ngokuba isibonelo esihle ezikoleni zabo nasemphakathini.

Naba othisha abahambe phambili kulomncintiswano, abazoqhubekela esigabeni esilandelayo.
Ukuvotela uthisha omthandayo, SMS uhlamvu oluqondene nalowo thisha ku- 44809.
Ngokwenzanjalo ungaziwinela ingxenye ka R25 000.

I-SMS ibiza uR1.50 kanti ama SMS amahhala awasebenzi.
#ImfundoIyadlisa!
Ukuvota kuyavalwa ngomhlaka 09 KuNhlolanja 2024.
Kunemigomo nemibandela.
Ukhozi FM Luhamba Phambili!







All Competitions

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*