Competition

1Life Funeral Cover Competition

Closed on: 17 Nov 2017

Ukhozi FM lubambisene ne-1Life funeral bakulethela umncintiswano i-‘Yimpilo yakho no1Life funeral’

Ukhozi FM lubambisene ne-1Life funeral bakulethela umncintiswano i-‘Yimpilo yakho no1Life funeral’. 

Ukubhalisa, ungangenela ? ngezansi noma uSms(e)  ‘Impilo’ ku 45926. Uzibeke ethubeni lokuwina ingxenye yakho ka-R100,000, ngezilokotho ezinhle zabakwa-1Life funeral, umshwalense  owenza yakho ibe lula.

Bek'indlebe oKhozini FM ngoba kungenzeka sikufonele sishintshe impilo yakho ngokubamba iqhaza emncintiswaneni ‘uShintso mpilo Noluthando’ lapho kutitilizwa khona izindodla zemali. Umncintiswano  ‘Yimpilo yakho no1Life funeral’ uqhutshwa kulezizinhlelo ezilandelayo;

Vuka Mzansi with Sipho “Sgqemeza” Mbatha and Zama NgcoboThe

Jabul’Ujule with Dudu “Lady Dee” KhozaThe

Ndiza Nathi with Mroza and Sbu Buthelezi 

Woza Nabangani Bakho with Khathide Ngobe

 

Lomncintiswano uwethulelwa yi-1Life – ishintsha izimpilo.

I-1Life umhlinzeki ogunyaziwe nothembekile wosizo lwezezimali.

I-SMS ibiza u-R1.50. Kunemigomo nemibandela.

Ngenela Lapha
 

All Competitions

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*