Date: 9 Dec 2023
Ungaphuthelwa, zitholele ithikithi lakho njengamanje. Amathikithi ayatholaka e-Ticketpro nase-SPAR Payzone
Date: 26 Aug 2023
Woza ubenathi ngomhlaka 26 ku Ncwaba 2023 eDurban ICC. Ushaye ingqephu yakho ecokeme uzojabula nathi. Amathikithi ayatholakala ku www.ticketpros.co.za (SPAR) ngo R400.00 nje kuphela!
Date: 11 Nov 2022
Inhlangano “I-SABC KwaZulu Natal ihlela usuku lapho kuzobe kudlalwa khona igalofu , iCharity Golf Day ngomhlaka -11 Novemba eBeachwood Country Club eDurban North.
Date: 5 Nov 2022
Kuzobe kumhlophe qwa eKing's Park eThekwini, ngezi-05 kuLwezi 2022 njengoba sizobe sikwindumezulu yomcimbi iGcwalisa Spring Picnic.
Date: 29 Jul 2022
Bekisa indawo ngokuthumela I-email ku Sihlophexi@sabc.co.za/Simelaneel@sabc.co.za. Ubhale nje imigqa emibili eyenza ufise ukuba kulengqungquthela.
Date: 4 Nov 2023
Lwashunq’uthuli i-#GcwalisaSpringPicnicAllWhite seyifikile!
Date: 8 Apr 2023
Woza uzojabula kanye nathi eMoses Mabhida ngomhlaka 8 kuMbasa 2023, uthokozele umculo omnandi.
Date: 27 Oct 2022
Asihlangane eJoburg Theatre mhlaka 27-28 kuMfumfu 2022, lapho esizobe sidingida khona konke okuthinta umculo nabasakazi boKhozi FM kanye nongoti kulemboni yomculo.
Date: 28 Aug 2022
Thokozela umculo omnandi kanye nezinkulumo ezakhayo esizoba nazo ngalolu suku.
Follow Ukhozi FM's Back To school Tours
ADVERTISEMENT
Your Name:*
Your Email:*
Your Message:*
Enter Captcha:*