Event

SABC Charity Golf Day

Inhlangano “I-SABC KwaZulu Natal ihlela usuku lapho kuzobe kudlalwa khona igalofu , iCharity Golf Day ngomhlaka -11 Novemba eBeachwood Country Club eDurban North.


Event Schedule

11 Nov 2022   09:00 AM - 06:00 PM past event

Beachwood Country Club eDurban North

Durban North, Durban, KwaZulu Natal, South Africa.

Inhlangano “I-SABC KwaZulu Natal ihlela usuku lapho kuzobe kudlalwa khona igalofu , iCharity Golf Day ngomhlaka -11 Novemba eBeachwood Country Cl.

Ukuthenga i-Four Ball ngu-R 3 500 noma uxhase umgodi ngo-R 5 000, imali ezotholakala izonikelwa ebantwini abakhahlanyezwe yizikhukhula KwaZulu Natal.
Uma wena noma inhlangano yakho ifisa ukubamba iqhaza kulolusuku, xhumana nethimba lethu ku email ethi events@sabc.co.za ukuze uthole ukuthi izinhlelo zimi kanjani. 
Kanti ungathola nethuba lokukhangisa eziteshini zemisakazo ezingaphansi kwalenhlangano.

SABC Cares.


 

All Competitions

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*