Multimedia

Ukhozi fm TV no Siya Mhlongo - Silo Samabandla

Date: Apr 28, 2022

UNgangezwe lakhe usixoxela ngokuzalelwa obukhosini nendlela abazali bakhe abamukhulise ngayo.

Ukhozi fm TV lukwethulela ingxoxo ekhethekile phakathi kweSilo Samabandla kanye nondlunkulu, ingxongxo uyethulelwa uLady D.  

UNgangezwe lakhe usixoxela ngokuzalelwa obukhosini nendlela abazali bakhe abamukhulise ngayo.

Sithole ithuba lokwazi kabanzi ngomama wesizwe ngenhlangano engenzi nzuzo  i-KaMskolo Foundation eqhakambisa ukuthi ‘ligotshwa lusemanzi’ esiza futhi esebenzisana kakhulu nabafana abasebancane.

Bayede Silo Samabandla! wena wendlovu, wena wendlovu Bayede!!!

#UkhoziFMTV #UkhoziFM #SiloSamabandla

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*