Multimedia

Ukhozi FM TV noNeliswa Cele: Durban Fashion Fair

Date: Nov 13, 2023

Ukhozi FM TV lwaluhambele umcimbi owawumkhulu kakhulu kwezemfashini obanjwa minyaka yonke eThekwini i-Durban Fashion Fair. Inhloso yalomcimbi ukufukula abaklami bengqephu abasebasha, ukuthi nabo bekwazi ukukhangisa amathalente abo ebalazweni.

Kulonyaka ingqikithi yalomcimbi ibithi “shades of liberation” kanti abaklami bayetshisa ngezindlela ezahlukahlukene bese bakhipha amakhono abo.
OZime bebebahle beconsa nso benyathela ngoShuni WoKhozi FM.

Thokozela lesiqephu, ungakhohlwa ukucindezela uSubscribe noLike ukuze ungaphuthelwa iziqephu ezilandelayo.  

#UkhoziFMTV #DurbanFashionFair #DFF

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Multimedia

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*