Multimedia

Ukhozi FM - Amadelabuthongo

Date: Jun 6, 2022

Amadelabuthongo ebevula i-branch yawo entsha yakwa Nongoma, ukuba nabakwa Nongoma bazizwe bengamadelabuthongo ngokuphelele njengamanye ama-branch.

Ukhozi FM ngomhlaka 04 June 2022, beluvakashele elinye lamaqembu alalela Ukhozi FM elibizwa ngokuthi Amadelabuthongo kwaNongoma. Beliyojabula futhi luyoseka umcimbi obuhlelwe Amadelabuthongo okuyi Get-Together (G2G) yabo yesikhombisa kulonyaka. Kwi G2G yabo ila abasuke bekhuthazana khona ukuthi uma ungena emsakazweni iyiphi indlela okumele ukhulume ngayo kanye nokubaluleka kokuhlonipha umsakazo Ukhozi FM.

Amadelabuthongo ebevula i-branch yawo entsha yakwa Nongoma, ukuba nabakwa Nongoma bazizwe bengamadelabuthongo ngokuphelele njengamanye ama-branch. Bakhululeke bazi nokuthi Ukhozi FM umsakazo wabo nokuthi befunde ukuthi umsakazo wenzani. Mase lokhu abakufundiswa emsakazweni bakwenze nasemphakathini.

#UkhoziFM #UkhoziFM62 #Amadelabuthongo

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*