#ImbokodoInamandla
Sihlezi nentombi nto ezigqajayo ngobuntombi bayo uNgipheni Ngcobo, oseneminyaka engu-72 kulonyaka! Ozobe ehlonishwa ngeziqu zobudokotela kanye nesakhiwo esizoqanjwa ngegama lakhe, ngomhlaka 6 kuNcwaba 2022.
Uyintombi nto yasebukhosini eziphethe kahle, enothando futhi enenhlonipho kantike isimilo sibuzwa kuye. Uzalwa insizwa yakwa Ngcobo uSkhukhu kanye nentokazi yakaSembo uMaMkhize, okuyintokazi ezalwa khona ebukhosini le endaweni yaSembo.
#Jabulujule #UkhoziFM #UkhoziFMTV