Multimedia

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo kanye no Neliswa Cele - Soft Life (Zanda Mthembu)

Date: May 26, 2022

UZanda usilandisa kabanzi ukuthi uma uhlela uhambo lwakho ufisa ukusebenzisa indiza/ibhanoyi, ikuphi okumele ukuqikelele.

UZanda ukuthatha akufake phakathi shiqe ebhanoyini, thola kabanzi ngalokhu ngokubukela le video.

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo kanye no Neliswa Cele, bathole ithuba lokuqhubeza inkulumo yabo no Zanda Mthembu. Esuselwe kuhlelo lwe #Dankie1223 iSoft Life. Kule ngxoxo bakhuluma ngezamabhanoyi.

UZanda usilandisa kabanzi ukuthi uma uhlela uhambo lwakho ufisa ukusebenzisa indiza/ibhanoyi, ikuphi okumele ukuqikelele.

Usilandisa ngokumele ukwenze nokumele ungakwenzi esikhumulweni sezindiza. Ugcizelela elokuthi kumele ungakhohlwa ukuphatha umazisi wakho ne Visa kanye nokunye okubalulekile.

Usichazela kancono ngokubaluleka kokugcina isikhathi, njengokufika kasanesikhathi esikhumulweni sezindiza. Ukuze uzothola isikhathi esanele sokuhlela izinto zakho futhi ungashiywa indiza yakho.

Usinabela kabanzi ngezindiza nangokuhlukana kwazo. Aphinde asichazele ngokubaluleka kokwenza i-online checking ukuze uzokwenza izinto zakho zibelula.

#UkhozifmTV #UkhoziFM #SoftLife

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Multimedia

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*