Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo kanye no Neliswa Cele, abathole ithuba lokukhuluma no Andile Hazel oyi-Content Creator.
Usichazela ngomehluko phakathi kwe Influencer ne-Content Creator. UAndile uyi Content Creator egxile kakhulu ekwenzeni ama video eMake-up.
UAndile ukholelwa ukuthi esikhathini samanje i-social media platform ehhehha abantu kakhulu uTikTok kanti naye awusebenzisa kakhulu ukwenza ama video akhe.
#ImbokodoInamandla #UkhoziFMTV #UkhoziFM