Wena ucabangani ngemoto i-Opel Corsa entsha?
Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo, othole ithuba lokuba nengxoxo no Sibonelo Myeni. Kulengxoxo bakhuluma ngemoto i-Opel Corsa entsha kanye nezinto ezintsha ongazithola kulemoto. USibonelo Myeni usichazela kabanzi ngaloluhlobo lwemoto kanye nobukhazikhazi ongabuthola kulemoto.
Ezinye zezinto ekwazi ukuzenza ukuthi iyakwazi ukuzimisa uma ususondele kakhulu kumuntu. Uma uphuma kulayini iyakwazi ukukubuyisela kanye nokunye okuningi.
#UkhoziFMTV #UkhoziFM #OpelCorsa