Multimedia

Ukhozi fm TV no Siya Mhlongo - Sbonelo Myeni (Isuzu DMAX)

Date: May 20, 2022

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo, othole ithuba lokuba nengxoxo no Sbonelo Myeni #VABS (Vuka Africa Motoring). Kule ngxoxo sibheka imoto Isuzu DMAX kanye nama features ayo.

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo, othole ithuba lokuba nengxoxo no Sbonelo Myeni #VABS (Vuka Africa Motoring). Kule ngxoxo sibheka imoto Isuzu DMAX kanye nama features ayo.

Isuzu DMAX inengaphakathi eliqinile, eligqoke kanzima elakhelwe ukuhlala. Le moto inezinhlobo ezahlukahlukene kanye nokubiza kwakhona akufani, kukhona isingle cab, extended cab kanye ne double cab.

Amanye ama features ale moto ilawa alandelayo, inamalambu akhanya emini, ukhiye wangemuva ohlukile futhi uyakwazi  ukungena ungenakhiye kanye nokunye okuningi.

#UkhoziFMTV #UkhoziFM #VukaAfricaMotoring

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*