Multimedia

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo kanye no Neliswa Cele - Graham Sabela

Date: Jun 2, 2022

UGraham usilandisa kabanzi ngemikhakha yemisebenzi edingakalayo esikhathini samanje kanye nezinto ezibalulekile okumele uzifake kwi CV yakho.

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo kanye no Neliswa Cele bathole ithuba lokuba nengxoxo nosolwazi kumkhakha wezokutholwa komsebenzi u-Graham Sabela we-G-Force Employment Solutions. Kule ngxoxo bakhuluma ngezinga labangaqasheki la eNingizimu Afrika.  

Abakwa G-Force Employment Solutions bayingxenye yezinhlangano ezilekelela abantu ekufuneni imisebenzi.  

UGraham usilandisa kabanzi ngemikhakha yemisebenzi edingakalayo esikhathini samanje kanye nezinto ezibalulekile okumele uzifake kwi CV yakho.

Usichazela ngokuthi uzicija kanjani ukuthi ukwazi ukuzithuthukisa futhi ukwazi ukuphatha izikhundla eziphezulu.   

Usilandisa nangokubaluleka kokugcina ama-Social Media platforms wakho emahle ngaso sonke isikhathi ngoba lokho kungaba nomthelela ekuqashweni kwakho.  

#UkhoziFMTV #UkhoziFM #UkhoziFM62

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...

ADVERTISEMENT

Multimedia

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*