Multimedia

Ukhozi fm TV no Siya Mhlongo - Nomfundo Moh

Date: May 23, 2022

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo, lukwethulela ingxoxo ekhethekile nosaziwayo ongumculi uNomfundo Ngcobo odume ngelika Nomfundo Moh.

Ukhozi FM TV no Siya Mhlongo, lukwethulela ingxoxo ekhethekile nosaziwayo ongumculi uNomfundo Ngcobo odume ngelika Nomfundo Moh.

Kule ngxoxo usilandisa kabanzi ngomculo wakhe kanye nothando analo ngomculo.

Usichazela ngokuthi ngenkathi ebhala izingoma zakhe lezi ezilandelayo wayekusiphi isimo, iPhakade kanye ne Soft Life.

UNomfundo Moh uqokwe i-Apple Music njenge Africa rising star. Uphinde usilandisa ngesigaba asekuso kwi industry kanye nabaculi abukela kubo.

Uphendula nombuzo wokuthi ‘emncane kangaka ngabe wazini ngephakade’

Thokozela umculo omnandi owulethelwa ile ntokazi ngokubukela le video.

#UkhoziFMTV #UkhoziFM #NomfundoMoh

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*