Lala ngokuthula mntwana wakwaPhindangene, uyibekile induku ebandla!
Ziyofa insizwa kosala izibongo! Lala kahle Ndunankulu wakwaZulu, Prince Mangosuthu Buthelezi.
Ukhozi FM luzwakalisa ukudabuka okukhulu, ngokuhamba emhlabeni koMntwana wakwaPhindangene, uPrince Mangosuthu Buthelezi. Sidlulisa amazwi enduduzo emndenini wakhe, inhlangano yakhe i-IFP kanye, nakubobonke abantu baseNingizimu Afrika. Akwehlanga lungehli, sengathi ungaphumula ngokuthula Mntwana wakaPhindangene. Uyibekile induku ebandla.
PODCASTS: https://omny.fm/shows/umntwana-wakwaphindangene
#RIPPrinceMangosuthuButhelezi #UkhoziFM