News

Ukhozi FM Men's Conference 2022

Date: Jul 27, 2022

Bekisa indawo ngokuthumela I-email ku Sihlophexi@sabc.co.za/Simelaneel@sabc.co.za. Ubhale nje imigqa emibili eyenza ufise ukuba kulengqungquthela.

Umsakazo Ukhozi FM luzosingatha ingqungquthela yamadoda ngolwesihlanu lomhlaka 29 July, ezobe ibanjelwe e-SABC eThekwini. Lengqungquthela izoqala ngo-10h00. Amadoda azoxoxa ngalezi zihloko.

1. Ukuzibulala kwamadoda
2. Ubudlelwane bendoda nezingane zayo
3. Umthelela wokuba namalungu omndeni akholelwa ezinkolweni ezingafani
4. Silwa kanjani nesihlava sokuxabana kwezothando kuze kulinyazwane.

Kuzokwemukelwa abantu abangu-200 kuphela ababhalise amagama abo kulengqungquthela. Bekisa indawo ngokuthumela I-email ku Sihlophexi@sabc.co.za/Simelaneel@sabc.co.za. Ubhale nje imigqa emibili eyenza ufise ukuba kulengqungquthela.

#Kuyabikwa #UkhoziFM #UkhoziFM62 

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*