News

Ukhozi FM lubambisene ne Collen Mashawana Foundation kade bese-PMB, ukuyonikela ngezindlu ezimbili.

Date: Jul 21, 2022

Ukhozi FM Luyankekela

Ukhozi FM Luyanakekela lubambisene ne Collen Mashawana Foundation kade bese-Pietermaritzburg, ukuyonikela ngezindlu ezimbili. I-Collen Mashawana Foundation yinhlangano engenzi nzuzo ezinze e-Afrika, eyasungulwa ngu-Collen Mashawana, ongumsunguli futhi we-Afribiz Invest. Le nhlangano yasungulwa ukuze yenze imoto yokufinyelela kubantu abaningi, igxile kakhulu enhlalakahleni yabantu abadala, labo abaphila nokukhubazeka kanye nezingane ezihlala ngazodwana.

#UkhoziFMLuyanakekela #CollenMashawanaFoundation #UkhoziFM

Comments

comments powered by Disqus

Web Content Viewer (JSR 286)

Actions
Loading...
Complementary Content
CLOSE

Your Name:*

Your Email:*

Your Message:*

Enter Captcha:*