Thanda umakhelwane wakho njengoba uzithanda nawe.
Ukhozi FM kanye neCollen Mashawana Foundation bathanda ukunikela ngezindlu ezingu-5 emindenini efanelekile. Uma umakhelwane wakho ethintekile ngenxa yezikhukhula zakamuva futhi akasenayo indawo yokuhlala nomndeni wakhe.
Sibhalele ufake nezithombe ngesimo sabo ukuze babe sethubeni lokuzuza ikhaya. Ungathumela i-emeyili ku info@ukhozifm.co.za, UKHOZI FM LUYANAKEKELA. Ukuze uzwe ukthi umakhelwane wakho uphumelele, lalela umsakazo wakho owuthandayo Ukhozi FM.
“Umuntu ungumuntu ngabantu”
Ukhozi FM - Luhamba Phambili!
#UkhoziFMLuyanakekela #CollenMashawanaFoundation
News
Ukhozi FM x Collen Mashawana Foundation House Give Away

Date: Jul 26, 2022
UKHOZI FM LUYANAKEKELA
Web Content Viewer (JSR 286)

- ${title}
Loading...
ADVERTISEMENT
Web Content Viewer (JSR 286)

- ${title}
Loading...