UNdunankulu waKwaZulu-Natali uMnuz Sihle Zikalala, uzoxoxisana nabahlali basemapulazini ngalempelasonto yangomhlaka 10 no11 Ephreli 2021. UHulumeni ulusukumele ngezinyawo udaba labahlali, abasebenzi kanye nokuhlalisana emapulazini.
NgoMgqibelo mhlaka 10 Ephreli uzobe esoPhongolo kwa Ward 1 nase Vryheid kwa Ward 4. Kuzothi ngeSonto mhlaka 11 Ephreli ahambele eNormandien ku Ward 1 eNewcastle.
Lemihlangano izophendula iphinde inike nemikhombandlela emisha ezinkingeni ababhekene nazo abasebenzi nabahlali basemapulazini.
UHULUMENI WAKWAZULU-NATALI, UYALALELA FUTHI UYAPHENDULA
The KwaZulu-Natal Premier, Sihle Zikalala, will engage with farm workers and farm dwellers in, OPhongolo, Vryheid and Newcastle. The venue for Saturday 10 April is Mpakama, Ward 1, oPhongolo and Gluckstad, Ward 4, Vryheid and on Sunday 11 April at, Normandien, Ward 1, Dannhauser.
These engagements will be held to highlight the plight of farmworkers and farm dwellers.