How to enter
Ukungenela: WhatsApp #AbsaSwiperRewards ku-067 384 0022. Imininingwane yemiklomelo: imiklomelo yemali yansuku efika ku-R25,000 + R5,000 ibhonasi = R30,000 cash. Absa account holders bazothola ibhonasi ka-R2500
ABSA Competition
Start date | 2025-10-22 00:00:00
Closing date | 2025-11-02 09:00:00
Mzansi, ibuyile — Swiper by ABSA Rewards!
Umncintiswano lapho isikhathi sibalulekile kakhulu, futhi izwi elilodwa lingashintsha impilo yakho.
Ukungenela: WhatsApp #AbsaSwiperRewards ku-067 384 0022.
Imininingwane yemiklomelo: imiklomelo yemali yansuku efika ku-R25,000 + R5,000 ibhonasi = R30,000 cash.
Absa account holders bazothola ibhonasi ka-R2500
Akupheleli lapho,
• Uma uyi-lunga le-Absa Rewards,
• Uswayiper ikhadi lakho phakathi ku-01 – 31 October
• futhi unelayisensi yokushayela esemthethweni?
• Unga-wina u-R2500 + ongene emklomelweni omkhulu, lapho unga-wina imoto.
Umklomelo omkhulu: iJaecoo J5 Vortex entsha sha – ene’mshwalense wemoto wezinyanga ezintathu wakwa-Absa
Ukuze ukwazi ukungenela umncintiswano:
• Kufanele ube yisakhamuzi saseMzansi, uphathe i-ID yaseSouth Afrika noma iphasiphothi evumelekile, noma ube umhlali wesikhashana eSouth Afrika ophethe iphasiphothi nemvume evumelekile yokuhlala, ngaphandle kwalabo abaseholidini kanye nokuvakasha kwebhizinisi.
• Nikeza imininingwane efanele neyokuxhumana, njengoba kudingeka.
• Yiba neminyaka engu-18 nangaphezulu.
• Ungumnikazi we-akhawunti yakwa-Absa ekumeni okuhle (okusho – ama-akhawunti akho anga-overdue, in arrears or overdrawn)
• Kufanele wenze atleast 1 (elilodwa) nge khadi lakho:
• Swiper ikhadi lakho noma uyenze i-CNP (card-not-present service) noma i-digital wallet transaction ngesikhathi se-AbsaSwiper Competition ukuze uthole R2500 ye bhonasi, futhi
• uma uyilunga le-Absa Rewards ukuze ufaneleke ukuthola enye ibhonasi yeR2 500, ne thuba lo kuphumelela iJaecoo J5 Vortex entsha sha – ene’mshwalense wemoto ezinyanga ezintathu wakwa-Absa
• Thumela i#AbsaSwiperRewards kuWhatsApp number 067 384 0022.
• Bonke abangenele umklomelo wemoto kumele babe ne’ncwadi zokushayela ezisemthethweni uma bengenela umncintiswano.
• Ungaphuthelwa i-Vuka Africa Breakfast Show kusukela mhla ka-20 Oct kuya ku-07-Novemba, ngo-06:00 -09:00 am.
Your Story Matters. ABSA.
iABSA ingu-mhlinzeki ogunyaziwe wezezimali kanyenobolekisi osemthetweni.
Imigomo nemibandela etholakala ku Absa Swiper Competition 2025
#WeSeeYourStory #AbsaRewards
