How to enter
Thumela igama elithi #AckermansDash nge WhatsApp ku 066 050 6830 ulandele imiyalelo, ukuze ungenele.
Ackerman’s Trolley Dash
Start date | 2024-09-18 00:00:00
Closing date | 2024-09-27 12:00:00
I-Ackerman’s trolley dash ibuyile, futhi ungawina eyakho ingxenye ku R50 000 emsakazweni Ukhozi FM. Kumele ube ne-account yakwa Ackerman’s ukuze ungenele noma kube ukuthi usanda kufaka isicelo se-account. Thumela igama elithi #AckermansDash nge WhatsApp ku 066 050 6830 ulandele imiyalelo, ukuze ungenele.
Uma sikushayela ucingo bukhoma emoyeni, uzothola ithuba lokudlala nathi i-virtual trolley dash. I Summer deal eyodwa ikuwinisa i-R1000. Ngakho ke, qoqa lama Summer deal ngobuningi, ngaphambi kokuthi iminyango ivalwe. Uma iminyango ingavalwa ungakathi “STOP”, Uzohamba izandla zilambatha. Kanti, kukhona ne R2500 eqinisekisiwe ngaphezulu, uma uke wathenga nge account yakho yakwa Ackerman’s enyangeni ka August noma uSeptember.
Vakasha ku ackermans.co.za ukuze ukwazi ukuthenge ama Summer deals, uphinde ufake isicelo se account yakwa Ackerman’s.
Kunemigomo nemibandela, futhi zikhona nezindleko ezijwayelekile.
