How to enter
Qedela umusho i- “Aromat & Eggs Go Together Like” usebenzisa okuhambisanayo kwansuku-zonke kwase Ningizimu Afrika, amahlaya, ubudlelwano noma imizuzu esebenza ngokubambisana. Kusukela kwi papa nechakalaka, ukuya eqinisweni lokuphila sonke esilazi kahle, ukusungula amasu amahle kuyakhuthazwa.
Aromat
Start date | 2026-02-20 09:39:00
Closing date | 2026-02-26 12:00:00
Ezinye izinto azipheleli kahle ngaphandle kwezinye. I-Aromat imema abantu base Ningizimu Africa ukuthi babambe iqhaza emkhankasweni we “Aromat & Eggs Go Together Like” ukubungaza izinto eezihambisanayo.
Qedela umusho i- “Aromat & Eggs Go Together Like” usebenzisa okuhambisanayo kwansuku-zonke kwase Ningizimu Afrika, amahlaya, ubudlelwano noma imizuzu esebenza ngokubambisana. Kusukela kwi papa nechakalaka, ukuya eqinisweni lokuphila sonke esilazi kahle, ukusungula amasu amahle kuyakhuthazwa.
Lalela uhlelo oluyintandokazi yakho lwasekuseni kuKHOZI FM uzoshayelwa bukhoma emoyeni, ube nezingxoxo ezijabulisayo kanye nomncintiswano we 30-Second Go-Together Challenge -lapho kuno R5,000 ongaziwinela wona.
Qala usuku lwakho nge Aromat —bese uthi fha-fha i-MMM emaqandeni akho.