How to enter

Ngenela manje ngokuthumela igama elithi “CAPITEC” nge WhatsApp ku 066 050 6830 ulandele imiyalo.

Capitec Bank – Slam the Scam

Start date | 2025-02-01 00:00:00

Closing date | 2025-02-27 12:00:00

Unyaka omusha, kodwa usazobhekana namaqola akudala – ungawavumeli adlale ngawe! Kuleliviki emsakazweni UKHOZI FM, i-Capitec ifuna ukukusiza ukwazi ukunqoba ubugebengu ukuze uvikele imali yakho! Njalo ngoLwesine kulenyanga, sizokunika isimo esingenzeka sokuzama okuqola abantu, uthole nethuba lokuwina u R2500 – kanye ne bonus engu R2500 uma uphendula kahle umbuzo we-bonus. Ngenela manje ngokuthumela igama elithi “CAPITEC” nge WhatsApp ku 066 050 6830 ulandele imiyalo. Kungenzeka sikushayele ucingo ukuze nawe uthi “Slam the Scam” uwine! I-Capitec yi-FSP egunyaziwe. Kunemigomo nemibandela.

Like or share competition