How to enter

Thumela igama elithi “Real Deal” ku 066 050 6830, bese uthumela ne voice note usitshele ngesidlo sakho sasemini esasidabukisa, nokuthi ubungayishintshanisa nayiphi i-flavour kwi meaty flavours eziyi Six – okubalwa kuzo i-Spicy Chicken & Pine, BBQ Chicken, Russian, BBQ Beef, Debonairs Chicken kanye ne BBQ Bacon.

Debonairs Pizza: Real Deal Upgrade

Start date | 2026-01-15 00:00:00

Closing date | 2026-01-23 12:00:00

Guqula isidlo sakho sasemini, sibe i-Real Deal Upgrade!

Abantu baseMzansi basebenzisa imali ngokucophelela, kodwa balindela lukhulu – Kanti kwa Debonairs Pizza bayakufeza lokho.

Ingakho i Real Deal Range yabo ikulethela izinongo eziyi – 6 ngamanani aphansi – R29.90 kuphela iyinye. Thokozela okuningi nge siiiiix!

Nayi indlela yokuthokozela lobumnandi: Thumela igama elithi “Real Deal” ku 066 050 6830, bese uthumela ne voice note usitshele ngesidlo sakho sasemini esasidabukisa, nokuthi ubungayishintshanisa nayiphi i-flavour kwi meaty flavours eziyi Six – okubalwa kuzo i-Spicy Chicken & Pine, BBQ Chicken, Russian, BBQ Beef, Debonairs Chicken kanye ne BBQ Bacon.

Njalo ngosuku kuzophumelela abayisithupha (6). Abahlanu (5) bazothola i Real Deal Upgrade yenani elingu R1000! Kanti owesithupha ophendula ucingo ngokuthi Siiiix! Uzowina uR5000!

Ungavumi ukuneliswa isidlo esingagculisi. Upgrade(a) manje! Kunemibandela

Debonairs Pizza. Try Something Amazing!

Like or share competition