How to enter

Thumela i-voice note ye-WhatsApp yemizuzwana engu-30 ku-087 250 2858 bese ungangena ethubeni lokuwina u-R5 000 njalo ngoLwesithathu nangoLwesihlanu noKhozi FM kwi- Woza Nabangani Bakho.

FNB eWallet

Start date | 2026-02-18 19:40:00

Closing date | 2026-02-27 18:00:00

Abantu baseNingizimu Afrika bahlale bazi ukuthi kwenziwa kanjani i-iplan nokuyiguqula ibe ngokoqobo, okuholela empumelelweni enkulu. Ngakho-ke, i-eWallet ikwenze kanjani i-iplan yakho yaba ngokoqobo?

Kule nyanga kaFebhuwari, i-First National Bank (FNB) ikumema ukuthi wabelane ngezindaba zakho ze-eWallet. Mhlawumbe i-eWallet ikusizile ukufinyelela enhlolokhono yomsebenzi, noma ukuthumela imali yokuthenga ukudla ekhaya, noma ngisho nokweseka othile osesimweni esinzima. Sifuna ukwazi!

Thumela i-voice note ye-WhatsApp yemizuzwana engu-30 ku-087 250 2858 bese ungangena ethubeni lokuwina u-R5 000 njalo ngoLwesithathu nangoLwesihlanu noKhozi FM kwi- Woza Nabangani Bakho.

Uma uthumele ama-eWallet amabili noma ngaphezulu kulelo sonto, ungaphinda kabili imali yakho oyinqobile ibe ngu-R10 000.

Umncintiswano uphela mhla zingama-27 kuFebhuwari 2026.

FNB. Usizo Lushintsha Konke.

Like or share competition