How to enter
Manje sekuyithuba lakho lokuthi usikhombise ukuthi uhlakaniphile kanjani kwi “45 Seconds to Guess It.” lapha emsakazwezi Ukhozi FM. Sizokunika umkhondo – bese wena uqagela ama component emoto. Impendulo ngayinye eshayakhona izokunika u-R1 000. Uma ufake isicelo sokuthola i-quote kwa Budget, sizowuphinda kabili umklomelo wakho.
GOOD SOUTH AFRICANS THINK FAST – AND WIN WITH BUDGET MOTOR WARRANTY
Start date | 2026-02-26 09:25:00
Closing date | 2026-03-02 12:00:00
Abantu abangama Good South African bacabangela phambili – bayazi ukuthi uma impilo ikuphonsela inselelo, kuyasiza ukuthi ikuthola uzilungiselele. Manje sekuyithuba lakho lokuthi usikhombise ukuthi uhlakaniphile kanjani kwi “45 Seconds to Guess It.” lapha emsakazwezi Ukhozi FM.
Sizokunika umkhondo – bese wena uqagela ama component emoto. Impendulo ngayinye eshayakhona izokunika u-R1 000. Uma ufake isicelo sokuthola i-quote kwa Budget, sizowuphinda kabili umklomelo wakho.
Kulula, kuyashesha, futhi yenzelwe abantu abangama Good South Africans, abagcina impilo kanye nezimoto zabo ziyaphambili.
Ngenela ezansi, ukuze uhtole ithuba lokudlala i-“45 Seconds to Guess It.”
Budget Insurance – the official insurer for Good South Africans.
i-Budget umshwalense ongaphathelene nezempilo futhi uyi FSP egunyaziwe. Imigomo nemibandela ikhona online.
