How to enter
Ukungenela umncintiswano sithumelele indaba yakho nge-voice note ku-WhatsApp, kanye negama lakho nenombolo kamazisi ku-. 071 613 6667 / 079 754 6975
Simba + KFC Competition
Start date | 2024-08-26 00:00:00
Closing date | 2024-09-20 00:00:00
AbakwaSimba sebekuphindile lokho, ngolunye futhi ubambiswano ne-KFC, kodwa kulokhu bakwazile ukuzitholela iresiphi elangazelelwa kakhulu eyimfihlo. Akekho owaziyo ukuthi bayithole kanjani abakwaSimba, kodwa siyajabula ukuthi siyitholile.
Ukuthi asazi ukuthi bakwenze kanjani lokho akusho neze ngeke sikwazi ukuqagela…
I-Woza Nabangani Bakho yoKhozi FM kanye nabakwaSimba bakunikeza ithuba lokuziwinela u-R5,000 ngodaba lwakho oluhlekisayo futhi oluxakile lokuthi ucabanga ukuthi ingabe abakwaSimba bayithole kanjani iresiphi yakwa-KFC eyimfihlo. Ukungenela umncintiswano sithumelele indaba yakho nge-voice note ku-WhatsApp, kanye negama lakho nenombolo kamazisi ku-. 071 613 6667 / 079 754 6975
