How to enter

Ukuze ungenele, vula i-Standard Bank ACHIEVA noma i-MyMo account manje, bese uyaphawula ngokufaka igama lakho kanye ne-#SBLove kunoma yeyiphi I post yakwa Standard Bank esiyifakile ezinkundleni zokuxhumana!

Standard Bank Competition

Start date | 2025-09-03 00:00:00

Closing date | 2025-09-12 23:00:00

Ntwana imali ikhuluma ngezilimi ezahlukene esizizwayo sonke!
Kusukela ku-cha-ching kuya kusaziso sosuku lokuhola!
Ungathini uma singakutshela ukuthi, nge-Standard Bank, zonke izinsuku zingaba usuku lokuhola?
Nsuku zonke kuleliviki emsakazweni UKhozi FM, sikunika ithuba lokuwina u-R25 000!
Ukuze ungenele, vula i-Standard Bank ACHIEVA noma i-MyMo account manje, bese uyaphawula ngokufaka igama lakho kanye ne-#SBLove kunoma yeyiphi I post yakwa Standard Bank esiyifakile ezinkundleni zokuxhumana!
Kungenzeka sikushayele ucingo ngesikhathi sohlelo i-Woza Nabangani Bakho!
Kodwa, uma singakushayelanga ucingo, ungakhathazeki!
Maningi amathuba okuwina!
Uma usuvule i-ACHIEVA noma i-MyMo account, i-Standard Bank izokuthumela i-email noma i-sms, enemininingwane yokuthi ungenela kanjani ukuze uwine eyakho ingxenye ku-R20 Million Rand!
Ungaphuthelwa – vula i-account yakho kwi-App noma egatsheni labo namuhla.
I-Standard Bank i-FSP egunyaziwe kanye nomebolekisi wemali obhalisiwe.
Kunemigomo nemibandela.

Like or share competition