How to enter
Ukungenela, thumela igama elithi -‘’Life’’ nge WhatsApp ku 066 050 6830 ulandele imiyalelo. Kanti kungenzeka sikushayele ucingo ukuze udlale nathi! Sizoyiphinda kabili imali yakho uma une-quote yamahhala engena sibophezelo ye-life cover.
Standard Bank: Flexi Box Challenge
Start date | 2026-08-13 00:00:00
Closing date | 2026-08-21 12:00:00
Ayikho incwadi ezokufundisa ngempilo, pho kungani i-cover yakho kufanele ihluke?
Kuleliviki emsakazweni Ukhozi FM nabakwa Standard Bank bakulethela i- Flexi Box Challenge, nethuba lokuwina inxenye ku-R50 000 nsuku zonke.
Nansi indlela ehamba ngayo: ungena bukhoma emoyeni, bese sikunika uR1000 wokuthi udlala nathi.
Bese siyadlala. Lapha e-studio kunama Flexi Boxes angu-5, wonke anezinto ezihlukile. Imali, ithuba lokuphinda Phinda umklomelo, noma ukungaphumeleli lutho.
Uzokhetha amabhokisi amabili, uphumelele okungaphakathi kwawo.
Kodwa nakhu okugqamile: ngaphambi kokuthi uzibophezele ekukhetheni, ungabuka ngaphakathi kwebhokisini elilodwa kuqala. Ngoba izinqumo ezibalulekile ukwazi ukuzenza uma wazi umehluko ezintweni ozikhethayo.
Ukungenela, thumela igama elithi -‘’Life’’ nge WhatsApp ku 066 050 6830 ulandele imiyalelo.
Kanti kungenzeka sikushayele ucingo ukuze udlale nathi! Sizoyiphinda kabili imali yakho uma une-quote yamahhala engena sibophezelo ye-life cover.
Njenge Flexi Box Challenge, i-Standard Bank Flexi Life Cover iyakuvumela ukuthi uhlole ukukufanele ukhethe kukho, ukwazi ukwenza i-cover yakho ihambelane nokushintsa kwempilo, ngaphandle kokuhlolwa impilo, noma imibuzo yokuhlolwa
Whoever you are, covered.
I-Standard Bank Insurance Brokers (Pty) Ltd, i-FSP no 224 egunyaziwe, yaqinisekiswa ngaphansi kwe Liberty Group, umshwalense osemthethweni.
Kunemigomo nemibandela, kuzobhekwa amathuba wokwehlelwa yingozi nezingqinamba ezingaba khona.