How to enter
Thumela umlayezo wokuhlonipha umuntu obalulekile kuwe. Kungaba i-voice note noma ubhale umlayezo. Nansi indlela yokungenela: thumela igama elithi ‘’funeral’’ nge WhatsApp ku 066 050 6830, bese uthumela amazwi enhlonipho kuloyo omthandayo. Ungawina u-R5000 kanye nomunye u-R5000 ozonikwa loyo muntu omhloniphayo.
STANDARD BANK FLEXI FUNERAL
Start date | 2026-07-30 00:00:00
Closing date | 2026-08-07 12:00:00
Khuluma okubaluleke, besakwazi ukukuzwa. Yabelana ngomyalezo wokubonga nokwazisa umuntu esaphila, bese uwina u-R5000 wakho kanye no-R5000 womuntu omthandayo!
Imvamisa, sigcina amazwi wothando nokuhlonipha, siwakhulume uma sesilahlekelwe esibathandayo. Siwakhuluma nje uma umuntu esesishiyile.
Kodwa abantu esibathandayo bafanelwe ukuwezwa lamazwi besadla anhlamvana. Kuleliviki emsakazweni UKhozi FM, abakwa Standard Bank bakunika ithuba lokuguqula lokhu.
Thumela umlayezo wokuhlonipha umuntu obalulekile kuwe. Kungaba i-voice note noma ubhale umlayezo. Nansi indlela yokungenela: thumela igama elithi ‘’funeral’’ nge WhatsApp ku 066 050 6830, bese uthumela amazwi enhlonipho kuloyo omthandayo. Ungawina u-R5000 kanye nomunye u-R5000 ozonikwa loyo muntu omhloniphayo.
Kanti uma uthola i-quote yamahhala, engenasibophezelo ye Flexible Funeral Plan kwa Standard Bank, umklomelo wakho uzaphindwa kabili kube ngu R10 000. Ngoba uthando olunjalo akumelanga lulinde isikhathi sokuvalelisa. Uma umndeni wakho umkhulu ukuthi ungawuhlelela izinto ezincane, umasingcwabisane ohamba phambili eNingizimu Afrika uthi yiwona olungele impilo yakho.
Cover inani elingenamkhawulo lamalunga omndeni wakho ngo R100 000 ilunga ngalinye. Ungayishintsha uma isimo sempilo siguquka. Ungalindi ngaphambi kokuthi ukhulume amazwi amnandi, wokuhlonipha umuntu omthandayo.
Standard Bank Insurance Brokers (Pty) Ltd, i-FSP egunyaziwe (no 224) yaphinde yaqinisekiswa ngaphansi kwe Liberty Group, umshwalense osemthethweni. Kunemigomo imibandela, kuzobhekwa amathuba wokwehlelwa yingozi nezingqinamba ezingaba khona.