How to enter
Ukungenela, sikhombise ukuthi ikusize kanjani i-TikTok ukuthi uqaqe ikhono lakho elisha. Kungaba indlela yokuzinakekela, amasu woku pheka nge Air-fryer, izindlela zokuthwebula izithombe noma amaqhinga ongawasebenzisa wemfashini, konke kukhona. Ukungenela vele wenze i-TikTok, usikhombise ukuthi utholeni ku Tik Tok, bese u-tag(a) UKhozi FM, usebenzise i-#DiscoverYourself. Kanti ke, ungaphinde uwine nebhonasi engu-R1000 uma udalula ozobe esenzele iTikTok esizobe simfihlile.
TikTok
Start date | 2024-08-19 00:00:00
Closing date | 2024-08-31 00:00:00
Thola noma yini, nakhokonke, nomayikuphi, nanoma yinini. Zithole ukuthi ungubani nge TikTok. Kuleliviki emsakazweni UKhozi FM, noma ngabe ubukani ku TikiTok, ungaziwinela uR5000. Ukungenela, sikhombise ukuthi ikusize kanjani i-TikTok ukuthi uqaqe ikhono lakho elisha. Kungaba indlela yokuzinakekela, amasu woku pheka nge Air-fryer, izindlela zokuthwebula izithombe noma amaqhinga ongawasebenzisa wemfashini, konke kukhona. Ukungenela vele wenze i-TikTok, usikhombise ukuthi utholeni ku Tik Tok, bese u-tag(a) UKhozi FM, usebenzise i-#DiscoverYourself. Kanti ke, ungaphinde uwine nebhonasi engu-R1000 uma udalula ozobe esenzele iTikTok esizobe simfihlile. Discover yourself. TikTok. I-Download(e) manje kwi App store. Kunemibandela.
