How to enter

Phakamisa isifundazwe sakho ngokuqopha ingoma eqwashisa ngokuphepha emgwaqeni, ingeqi emzuzwini emithathu ibeyi-Mp3, bese uyithumela ku musicindaba@ukhozifm.co.za

Ukhozi FM Music Indaba: Gauteng

Start date | 2024-10-01 00:00:00

Closing date | 2024-10-18 12:00:00

Dumela Gauteng
Ukhozi FM Music Indaba isifikile!!!
Ngomhlaka 18 ku-Mfumfu 2024 Ukhozi FM lubambisene nabakwa SAMRO bazobe bese- SAMRO Auditorium, e- Braamfontein.
Ukhozi FM Music Indaba izobe ivuleleke kuwo wonke amaciko asekhona endimeni yezomculo nabasafisa ukungena. Umcimbi uqala ngo 12h00 futhi kungenwa mahhala.
Phakamisa isifundazwe sakho ngokuqopha ingoma eqwashisa ngokuphepha emgaqweni, ingeqi emzuzwini emithathu ibeyi-Mp3, bese uyithumela ku musicindaba@ukhozifm.co.za.
Uma usuthumela I e-mail yakho, Nakhu okumele ukwenze:
– Kwi Subject, Bhala isifundazwe ophuma kuso
– Ufake ingoma yakho eyi Mp3
– Bese ubhala iminingwane yakho ye ID, inombolo yocingo, ikheli lakho kanye namagama akho aphelele nesibongo.
Odle umhlanganiso kulomncintiswano uzothola isamba sika R25 000,00 aphinde athole ithuba lokuthi ingoma yakhe iqoshwe ngokuphelele ngaphansi kwe KZN Music House.
Ukuxhasa umculo wasekhaya ukuthuthukisa izwe lethu.
Ukhozi FM Music Indaba uyilethelwa ngezilokotho ezinhle abakwa SAMRO kanye noKhozi FM
Ukhozi FM Luhamba Phambili!
Like or share competition