Ukhozi FM TV likulethela isiqephu sosuku umsakazo Ukhozi FM belubungaza khona usuku i- Africa Day, ezindlini zomsakazo eThekwini ngolwesihlanu umhlaka 23 ku-Nhlaba 2025. kulomcimbi kwakukhona imibukiso ehlukahlukene ephathelene nezase Africa, kukhona ukudla, izimpahla kanye nomculo. Bekukhona nezihambeli ezingosaziwayo abadlala midlalweni ka SABC 1 ehlukahlukene efana nethi Amalanga Awafani kanye noZalo.
#UkhoziFMTV #UkhoziFMAfricaDay #UkhoziFM