Ukhozi FM TV lube nenkulumo ehlabahlosile nezihambeli ezisebenza ngezezimali.

Lezihambeli mlaleli woKhozi FM uzozazi ohlelweni i-Vuka Afrika Breakfast Show lapho ongazithola khona lezinsizwa zixoxa ngezezimali.

Izihambeli zethu uMnu Sfiso Nala ongumeluleki wezezimali (Financial Coach) kanye noGugulethu Xaba ongumhlaziyi wezomnotho. Kulengxoxo bakhuluma ngokwakha imali komuntu ngokusimamisa amabhizinisi, kanye nokwakhiwa kwemali yizwe iNingizimu Afrika.

Thokozela lenkulumo ufunde kabanzi ngezezimali, nokuthi ziphathwa kanjani

#UkhoziFMTV #AmandlaOmnotho #UkhoziFM #VABS

Like or share