Ngosuku lokuqwashisa ngobungozi besifo sikashukela, uDkt Mthembu waba nengxoxo noLeeh Hlophe lapho asichazela khona kabanzi ngomthelela wesifo sikashukela kwezaselawini, phecellezi phakathi kwabantu ababili abathandanayo.
Thamela lesiqephu ufunde kabanzi ngokuphila noshukela nokuthi ungenza kanjani ukuthi ungakukhinyabezi enkonzweni yasekamereni
#UkhoziFMTV #UFMTV #Ezaselawini #UbusukuObuhle