#Ezaselawini no Dr Mthembu

Isihloko: Kulenyanga sizogxila kubantu besilisa sibheka okuthinta umzimba yabo, isimo sempilo, ukusebenza kwezitho ezithile nokuthi lokhu kunamthelela muni ezifweni ezihlasela kakhulu abantu besilisa.

Namhlanje sikhuluma ngama ‘Male Hormones’, ayini, asebenza kanjani, ashintsha kanjani ngokuhamba kweminyaka futhi ngabe kukhona ongakwenza ukuzigcina uphilile.

#UbusukuObuhle #UkhoziFM64 #UkhoziFMTV #30YearsOfDemocracy

Like or share