Ukhozi FM TV beluvakashelwe uSphumelele Zondi, umfoka Zondi ubesilandisa kabanzi ngokukhula kokuhlakanipha kobuchwepheshe phecelezi “Artificial intelligence” (AI). Kulezinsuku zamanje uke ubone ngisho ungena emotweni isisho kuqala ukuthi uyaphi – noma ukuthi ujwayele ukufonela bani, ngaziphi izikhathi – kahle hle lobubuchwepheshe bufunda indlela umuntu enza ngayo noma aphila ngayo impilo yakhe bese ikwenzela kubelula usikompilo lwakho.

Thokozela lengxoxo ehlabahlosile ngobuhlakani bezobuchwepheshe i-Artificial Intelligence (AI)

#UkhoziFMTV #AI #ArtificialIntelligence #SiphumeleleZondi #UkhoziFM

Funda kabanzi nge-Artificial Intelligence (AI)
Like or share