Sixoxa noNgqongqoshe woMnyango Wezokuthuthukiswa Komphakathi uMphathiswa uMbali Shinga ngesabelomali somnyango.

UNgqongqoshe kulesiqephu usihlinzeka ngemininingwane yayo yonke imali eyabelwe uMnyango wakhe, achaze ngokuthi lesabelo mali sizoyithuthukisa kanjani inhlalonhle yabantu baKwaZulu-Natal.

#UkhoziFM #DSD

Like or share