Kulengxoxo ubaba uMFiliseni ubesilandisa kabanzi ngempilo yakhe, ebusheni bakhe, ukungena kwake endimeni yezomculo, nokukhula njengomuntu ongalitholanga ithuba lokuya esikoleni.
Usixoxela nangohambo lwakhe lokuqala edlale isginci, okuyinto ubaba wakhe amuthengela ukuthi adlalele izintombi kodwa okwajika sekuba yinto esenhlizweni yakhe.
Thokozela umculo omnandi esiwuphiwa ubaba uMfiliseni ngokubuka le-video.
#UkhoziFM63 #UkhoziFMTV #Maskandi