Ukhozi FM beluhambele izikole ezahlukahlukene ngomkhankaso owaziwa ngokuthi Ukhozi FM Back To School okungumkhankaso wokuvakashela izikole ezahlukahlukene.
Ukhozi FM Back To School 2025 uyethulelwa abakwa-Hollywood Foundation.
Ukhozi FM lubambisene ne Hollywood Foundation bebevakashele izikole lapho abafundi abayinkulungwane namakhulu amahlanu belekelelwa ngomfaniswano wesikole
Ngomhlaka 28 ku Masingana 2025, besivakashele eGlenmaize Primary School (Ixopo) kanye nase Gobume High School (Umzinto)
Ukhozi FM luthi #ImfundoIyadlisa
Ukhozi FM Back To School 2025 niyilethelwa ngokubambisana ne-Hollywood Foundation
#UkhoziFMTV #UkhoziFM #TrendaNgemfundoYakho