Ukhozi FM Music Indaba ingqungquthela yawo wonke umuntu, kusuka kumaciko asekhona endimineni yezomculo nabasafisa ukungena. Le ngqungquthela kulonyaka ibibanjelwe eDurban ICC.

Bekunezikhulumi ezihlabahlosile lapho okubalwa laba; Mondli Ngcobo, Ihhashi Elimhlophe, Professor, Phila [PB Icon], Andile Magwaza [Thawini Creatives Publishing], Nontokozo Madondo [Downtown Music Publishing] kanye no-Athandiwe Ntshinga [Spotify].

UKHOZI FM lubeka umculo wakithi phambili!

Ukhozi FM Music Indaba ka 2025 uyethulelwa abakwa SPOTIFY… Music For Everyone.

#UkhoziFMMusicIndaba #UkhoziFM

Like or share