Ukhozi FM TV laluvakashelwe umculi uBrenda Mtambo, osilandisa ngempilo yakhe ekhulela eMlazi, nokuthi wangena kanjani endimeni yomculo.

UBrenda usisxoxela ngeminyaka anayo ekulemboni yezomculo. Uphinda asilandise ngesikhathi esabanzima kakhulu empilweni yakhe. Usilandisa nokuthu nokuthi njengoba kuthiwa unguAdele wase Ningizimu Afrika, unguAdele ngaliphi.

#UkhoziFMTV #UkhoziFM #BrendaMtambo

Like or share