I-Skhondlakhondla somsakazo Ukhozi FM luthathe izinyathelo ezingqala zokuphinda zicacisele umlaleli womsakazo Ukhozi FM ngemigudo nemigomo nemibandela yokungenela umncintiswano weNgoma Ehlukanisa Unyaka, okunguMdlalo okhandelwe ukuthi nabalaleli bebenovo ngeculo abazonqamulo ngalo unyaka bengena enyakeni omusha.

Lomncintiswano usuvuse ukukhuluma okuningi kuleminyaka eyedlule, yikho kulokhu abaphathi balomsakazo bathe abachaze kabanzi ngokuthi ingoma engena kwi-Top 10 isuke ikhethwe kanjani?

Thamela lesiqephu, ufunde kabanzi ngokufaka umculo wakho emsakazweni, kanti futhi nokuthi yiziphi izinyathelo ezithathwayo uma ingoma yakho isohliwni lalelizi eziyishumi ezesemjahweni wokuhlukanisa unyaka phecelezi Ukhozi FM Top 10

#UkhoziFMTV #UFMTV #IngomaEhlukanisaUnyaka #UkhoziFM

Like or share