Uhlelo #PhuzaEmthonjeni olushayelwa uDkt Lucky Nkosi beluvakashelwe iNkosi yamaPlentians uKing SomNala obemulandisa kabanzi ngenkolo yakhe yokuba yi Plentiologist. UKing SomNala odume kakhulu ngebandla lakhe lobuNala kanye  nezinkulumo ezincike ngaphansi kwenkolelo ethi “World of plenty” okuyimfundiso yakhe.

Kulengxoxo uKing SomNala uchaza kabanzi ngokuhluka kwebandla lakhe nebandla likaKrestu kanye namanye amabandla akhona emhlabeni ekubalelwa kuwo inkolo yamaMuslim, Jews, Hinduism noma Buddism.

Ukuzihlangula : kulenkulumo angeke sagqugquzela abasheshayo ukuzwela ngezinkolo zabo ukuthi bayibuke.

#UkhoziFMTV #KingSomNala #ThePlentiologist #WorldofPlenty #PhuzaEmthonjeni #DktLuckyNkosi #UMnala

Like or share