Ukhozi FM TV lwabanethuba eliyinqayizivele lokuhlala phansi noMama Letta Mbulu, wasilandisa kabanzi ngohambo lwempilo yakhe, esuka lapha South Africa eyaphesheya. Waphinda wadingiswa lapha ekhaya, washada no Caiphus Semenya baba nomndeni. Uphinde wasebenza nezinkakha ezifana no Michael Jackson, Miriam Makeba kanye no Caiphus Semenya.
Thokozela lengxoxo, ufunde kabanzi no Letta Mbulu.
#UkhoziFMTV #LettaMbulu #UkhoziFM

