Ukhozi FM TV lwalukhona eICC eThekwini kuklonyeliswa abafundi abaphase kahle uMatikuletsheni wabo ngo 2024. Labafundi basilandisa kafushane ngohambo lwabo lesikole kanye nendlela yokufunda ebabeke ezingeni eliphezulu kangaka lokubaqwaqwada bonke emakhanda Kwa-Zulu Natali.
#UkhoziFMTV #Matric2024 #TrendaNgemfundoYakho #UkhoziFM

