Ukhozi FM TV luvakashele usomabhizinisi oqavile kwezamabhizinisi ahlukahlukene uSnethemba Malungelo Nyawo owaziwa kakhulu njengo Mr Malungelo Sir kwezika qedisizungu. UMalungelo unemayini, unama truck asemgwaqeni, unamanzi, une foundation, ungumculi kanye ne-record label.

UMuzi Mthabela uxoxisana naye ukuzwa kahle ukuthi zonke lezinto uzenza kanjani osukwini.

Thokozela lengxoxo eyakhayo negqugquzelayo noMr Malungelo Sir.

#UkhoziFMTV #MrMalungeloSir #MalungeloFoundation #UkhoziFM

Like or share